*kuwunikeza Ugqozi Umphefumulo Wami
L LLM Mbatha
0
Altın Yaprak
Kuwunikeza ugqozi umphefumulo wami
Ukwazi ukuthi kuyafinyeleleka kukho
Lokho okungaphezu kwamandla onke
Kanti futhi angidingi ukuthi ngibe
Yisikhondlakhondla noma isihlakaniphi
Esizedlula zonke
Konke engikudingayo ukuthi:
Nanoma ngabe yini leyo engiyenzayo-
NGIYENZISISE
Bu şiiri puanla
Henüz puan verilmemiş