*umsinjwana Wohleko Lwakho

L LLM Mbatha
0 Altın Yaprak
Silinde eside isikhathi lesi Ngicishe ngalibala Ngalowomuzwa engiwuzwa kuphela Uma ngibheke emehlweni akho Lowo msinjwana wohleko lwakho Leso sigubhu sokulangazelela kwami Sathi sesitholene futhi Kwangathi siyaqabukana nqa Singakawagwinyi awokubuyelana Kabusha Singakalunambithi uju lothando Singakalithathi nelokuqala ijika Awu! Sawa bhu phansi! Kwangathi siphephethwa omubi lo umoya Kodwa uma uthi uyangithanda Kumele uqondisise Ngobugexegexe bendlela Ubuntofontofo besikhashana Ibuye ibe njalo eyothando Eya othandweni, Duduzile-

Bu şiire çeviri ekle ·

Bu şiiri puanla

Henüz puan verilmemiş

Yıldıza dokunarak 1–10 arası puan ver

Yorumlar

Yorum yapmak için giriş yapmalısın.

Giriş yap

Bu şiire henüz yorum yapılmamış. İlk sen ol.

Sana daha iyi bir okuma deneyimi sunabilmek için sitemizde çerez kullanıyoruz. Kişisel verilerin KVKK ve GDPR kapsamında işlenir; hangi çerezlere izin verdiğini dilediğin zaman değiştirebilirsin.