[zulu, Inkondlo] Ungabo Khathazeka Ujule Isikhathi Eside Kakhulu

L LLM Mbatha
0 Altın Yaprak
Ungabo khathazeka ujule isikhathi eside kakhulu Ubunzima kanye ne zi nhlupheko zadalelwa Ukwenza uhambo lube nesithunzi Kuncono uvele uM’dumise, uM’bonge Phela bekungaba kubi kwedlule lokhu okuyikho Umuntu ungumphefumulo ophilayo Akehlukile kuwo uMoya ka Thixo Futhi uyi ndodana yom’hlabathi Nje nge zihlahla, kanye ne zilwane zasendle Isondo liya jika jika Phezulu emagqumeni namuhla Phansi emaqeleni kusasa Kodwa ungu Nkulunkulu emagqumeni UnguNkulunkulu emaqeleni UnguMqondisi ehlane Ngakho uze ungazi khohlwa Ukuthi wena ungubani, wavela kuphi, wavelelani

Bu şiire çeviri ekle ·

Bu şiiri puanla

Henüz puan verilmemiş

Yıldıza dokunarak 1–10 arası puan ver

Yorumlar

Yorum yapmak için giriş yapmalısın.

Giriş yap

Bu şiire henüz yorum yapılmamış. İlk sen ol.

Sana daha iyi bir okuma deneyimi sunabilmek için sitemizde çerez kullanıyoruz. Kişisel verilerin KVKK ve GDPR kapsamında işlenir; hangi çerezlere izin verdiğini dilediğin zaman değiştirebilirsin.