[zulu, Inkondlo] Incwadi Yo Thando

L LLM Mbatha
0 Altın Yaprak
Ngingu mfokazi nje Wase dolojaneni elincinane Elisele emuva Lapho uthando lusewu thando Futhi, luseyikho konke Ngithanda ngoku bona Njengaso sonke isiwula esinga fundisekile Ngikholelwa kulezozinto Ezinemibalabala ne zinesimo Uthando lunje ngo thingo lwenkosazana Olusontene, futhi olugobile Noma ngabe yini esengqondweni yakho Ngizoyamukela ngenje ndoda Ubo khuluma ungesabi Lapho sihlangana kusasa Uma kubuhlungu Ngizo wa cashisa amehlo ami Isikhashana Kodwa uma kungukuthi Ufuna ukuqhubeka noku ngithanda Ngiyokuthanda ngeqiniso Ngiyokuthanda ngokwemvelo NJALO-NJALO Okomfulakazi wase mandulo Wona okhukhulela ulwandle Ngosawoti kanye nezinyembezi Zasemazweni aqhelileyo

Bu şiire çeviri ekle ·

Bu şiiri puanla

Henüz puan verilmemiş

Yıldıza dokunarak 1–10 arası puan ver

Yorumlar

Yorum yapmak için giriş yapmalısın.

Giriş yap

Bu şiire henüz yorum yapılmamış. İlk sen ol.

Sana daha iyi bir okuma deneyimi sunabilmek için sitemizde çerez kullanıyoruz. Kişisel verilerin KVKK ve GDPR kapsamında işlenir; hangi çerezlere izin verdiğini dilediğin zaman değiştirebilirsin.