[zulu, Inkondlo] Mhlawumbe Ngangikuthanda

L LLM Mbatha
0 Altın Yaprak
Mhlawumbe ngangikuthanda ngoba ngikukhumbule Mhlawumbe ngangikukhumbule ngoba ngingakwazisisi Mhlawumbe ngigijima nezihambi kanye nezi vakashi Ngoba zona zifika maqede zedlule Kungakaqhakazi ngisho nezimbali, futhi zingakabuni Ukubamba kungu kubanjwa Ngithanda lokho okungasobe kwaba ngokwami Sengike ngayanga yonke inkanyezi egqamile Sengike ngalala nenyanga ekhanyayo Sengike ngasina nalo lonke usiba lotshani Olukhula kuwo wonke amaqele aqhelile Ngithande ulapho ukhona Ngaleyondlela ngeke sahlukane Izinkanyezi zivutha ngaphandle kwesici Ngoba zona zivutha ziphezulu emazulwini

Bu şiire çeviri ekle ·

Bu şiiri puanla

Henüz puan verilmemiş

Yıldıza dokunarak 1–10 arası puan ver

Yorumlar

Yorum yapmak için giriş yapmalısın.

Giriş yap

Bu şiire henüz yorum yapılmamış. İlk sen ol.

Sana daha iyi bir okuma deneyimi sunabilmek için sitemizde çerez kullanıyoruz. Kişisel verilerin KVKK ve GDPR kapsamında işlenir; hangi çerezlere izin verdiğini dilediğin zaman değiştirebilirsin.