[zulu, Inkondlo] Ngacela Uku Mamatheka

L LLM Mbatha
0 Altın Yaprak
Ngacela uku mamatheka Wena wanginika uhleko Ngacela ubu suku Wena wanginika inyanga (ekhanyayo) Ngacela ubungani Wena wanginika obuqotho Kodwa Angikaze ngicabange ukuthi Uyowuthola lowo khiye Wokuvula ijele elibandayo lo mzwangedwa Ijele lenhliziyo engabazayo Ekhetha inxenye ye sinkwa Kunoku thatha ithuba Loku landela okwayo Ngoba ingenakho ukuqonda Ukuthi uthando lu thatha konke Noma lushiye konke Ngi nga thini Seku kudala kakhulu yini Sekwa qhela kakhulu yini Akukho okuguqukayo Ngilale, ngavuka Ngicabanga ngawe Ungabe sesedlule yini isikhathi Isikhathi sokuba nesi qiniseko Isiqiniseko ngemizwa ye nhliziyo Inhliziyo efuna okwayo

Bu şiire çeviri ekle ·

Bu şiiri puanla

Henüz puan verilmemiş

Yıldıza dokunarak 1–10 arası puan ver

Yorumlar

Yorum yapmak için giriş yapmalısın.

Giriş yap

Bu şiire henüz yorum yapılmamış. İlk sen ol.

Sana daha iyi bir okuma deneyimi sunabilmek için sitemizde çerez kullanıyoruz. Kişisel verilerin KVKK ve GDPR kapsamında işlenir; hangi çerezlere izin verdiğini dilediğin zaman değiştirebilirsin.